Ukuhlaziywa kobuthakathaka namandla abalingiswa besilisa enovelini kaJC Buthelezi ethi Impi Yabomdabu Isethunjini

dc.contributor.authorZwane, Celani Lucky
dc.contributor.emailcelani.zwane@up.ac.za
dc.date.accessioned2025-11-17T08:13:09Z
dc.date.available2025-11-17T08:13:09Z
dc.date.issued2025
dc.description.abstractZULU : Okugxilwe kukho kuleli phepha locwaningo okungakaze kucwaningwe abacwaningi okumayelana nokuhlaziywa kobuthakathaka namandla abalingiswa besilisa okutholakala enovelini kaJC Buthelezi ethi Impi Yabomdabu Isethunjini. Ubuthakathaka namandla babalingiswa besilisa kuvezwe ngokusobala kule noveli. Inhloso enkulu yaleli phepha locwaningo ukukhombisa ukuthi uButhelezi ubethula kanjani ubuthakathaka namandla abalingiswa besilisa kule noveli yakhe. Iveze ubuthakathaka namandla abo ngemuva kwesikhathi sobandlululo kwazise igxile ezimweni ezenzakalayo ngemuva kwesikhathi sobandlululo. Ukuziphatha kwabalingiswa besilisa abakubonisa kubalingani babo besifazane nabazali nezenzo zabalingiswa besifazane mayelana nentuthuko yabalingani babo besilisa kubhekiwe. Kusetshenziswe indlela yekhwalithethivu kuleli phepha locwaningo ngoba umcwaningi usebenzise izincwadi, amathisisi namajeneli ukuthola ulwazi. Izinjulalwazi umcwaningi abone ukuthi zihambisana nocwaningo ireader-oriented theory (injulalwazi egxile kubafundi) ebuye ibizwe ngokuthi ireader-response criticism noma ireception theory. Zontathu lezi zinjulalwazi ziyahambisana nokucwaningwa kuleli phepha locwaningo kwazise zigxile ekuziphatheni komuntu nasekubhekeni okufanelwe ukwenziwa ngumuntu nokungafanele. Imiphumela yocwaningo iveza ukuthi enovelini kaJC Buthelezi ethi Impi Yabomdabu Isethunjini kukhona lapho kutholakala khona ubuthakathaka babalingiswa besilisa lapho bengakhulumi ngendlela efanele noma bengenzi izinto ngendlela eyamukelekile. Imiphumela yocwaningo ibuye ithole ukuthi enovelini ka kaJC Buthelezi ethi Impi Yabomdabu Isethunjini kukhona lapho kutholakala khona ukuba namandla kwabalingiswa besilisa lapho bengakhuluma khona izinto ezifanele (bemela iqiniso) noma benza izinto ngendlela eyamukelekile. ENGLISH : The focus of this research article is that most researchers are not aware of the weaknesses and strengths of the male characters that are depicted in JC Buthelezi’s novel. The weaknesses and strengths of the male characters show their true characteristics in the novel. The main intention of this article is to show how Buthelezi presents the weaknesses and strengths of the male characters in his novel. It exposes their weaknesses and strengths after the apartheid period. Male behaviour demonstrated to their female partners and parents as well as the actions of the female characters about the developments of their male partners has been looked at. A qualitative method was used in this article using books, theses and journals. The theories that the researcher found to be relevant to the study are reader-oriented theory, also known as reader-response criticism or reception theory. All these three theories are good for this article as they focus on human behavior. The results show that there is a weakness of the male characters when they do not speak properly or do things in an acceptable manner, and that there is strength of the male characters when they speak in the right manner (representing the truth), or do things in an acceptable way.
dc.description.departmentHumanities Education
dc.description.librarianhj2025
dc.description.sdgSDG-04: Quality Education
dc.description.urihttps://www.tandfonline.com/journals/rjal20
dc.identifier.citationCelani LuckyZwane (2025) Ukuhlaziywa kobuthakathaka namandla abalingiswa besilisa enovelini kaJC Buthelezi ethi Impi Yabomdabu Isethunjini , South African Journal of African Languages, 45:1, 8-19, DOI: 10.1080/02572117.2024.2379288.
dc.identifier.issn0257-2117 (print)
dc.identifier.issn2305-1159 (online)
dc.identifier.other10.1080/02572117.2024.2379288
dc.identifier.urihttp://hdl.handle.net/2263/105308
dc.language.isoZulu
dc.publisherRoutledge
dc.rights© 2025 The Author/s. This is an Open Access article distributed under the terms of the Creative Commons Attribution License (http://creativecommons.org/licenses/by/4.0/).
dc.subjectWeaknesses and strengths
dc.subjectMale characters
dc.subjectC Buthelezi’s novel
dc.subjectImpi Yabomdabu Isethunjini
dc.titleUkuhlaziywa kobuthakathaka namandla abalingiswa besilisa enovelini kaJC Buthelezi ethi Impi Yabomdabu Isethunjini
dc.title.alternativeThe portrayal of the weaknesses and strengths of the male characters in JC Buthelezi’s novel Impi Yabomdabu Isethunjini
dc.typeArticle

Files

Original bundle

Now showing 1 - 1 of 1
Loading...
Thumbnail Image
Name:
Zwane_Ukuhlaziywa_2025.pdf
Size:
253.72 KB
Format:
Adobe Portable Document Format
Description:
Article

License bundle

Now showing 1 - 1 of 1
Loading...
Thumbnail Image
Name:
license.txt
Size:
1.71 KB
Format:
Item-specific license agreed upon to submission
Description: